1. Ngahlulele, Jehova,ngokuba ngihamba ekulungeni kwami;ngithemba uJehova, angiyikuntenga.
2. Ngivivinye, Jehova, ungilinge;hlolisisa izinso zami nenhliziyo yami.
3. Ngokuba ububele bakho buphambi kwamehlo ami;ngihamba eqinisweni lakho.
4. Angihlali nabantu bamanga,angihambelani nezimbulu.
5. Ngiyawuzonda umhlangano wabenza okubi,angihlali nababi.
6. Ngiyahlamba izandla zami ngingenacala,ngizungeza i-altare lakho, Jehova,