Amahubo 23:4-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa,angesabi okubi, ngokuba wena unami,intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza.

5. Ulungisa itafula phambi kwami ebusweni bezitha zami;ugcoba ikhanda lami ngamafutha;indebe yami iyachichima.

6. Impela okuhle nomusa kuyakungilandelaimihla yonke yokuphila kwami;ngiyakuhlala endlini kaJehova kuze kube phakade.

Amahubo 23