14. nakubantu ngesandla sakho, Jehova,abantu baleli zwe abasabelo sabo sikulokhu kuphila,nabasisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho,nabashiyela izingane zabo okusele kubo.
15. Kepha mina ngiyakubuka ubuso bakho ekulungeni,ngisuthe ngesimo sakho ekuvukeni kwami.