Amahubo 149:1-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Haleluya!Hlabelelani kuJehova igama elisha,indumiso yakhe emhlanganweni wabangcwele.

2. U-Israyeli makathokoze ngowamEnzayo,abantwana baseSiyoni bethabele iNkosi yabo.

3. Mabadumise igama lakhe ngokusina,bamhubele ngesigubhu nehabhu.*

4. Ngokuba uJehova uyathokoza ngabantu bakhe;abathobekileyo uyabahlobisa ngensindiso.

5. Abalungileyo mabethabe ngobukhosi,

Amahubo 149