Amahubo 148:4-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Mdumiseni nina mazulu amazulu,nina manzi aphezu kwezulu.

5. Makuthathe kudumise igama likaJehova,ngokuba wayaleza, kwadaleka.

6. Futhi wakumisa kuze kube phakade;washaya umthetho ongenakweqiwa.

7. Mdumiseni uJehova emhlabeninina mikhomo nezintwa zonke,

Amahubo 148