Amahubo 148:12-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. nani zinsizwa nezintombi,nani maxhegu nabafana.

13. Mabadumise igama likaJehova,ngokuba ngelakhe igama lodwa eliphakeme;inkazimulo yakhe iphezu komhlaba nezulu.

14. Usephakamisile uphondo lwabantu bakhe;ngalokho bayamdumisa abangcwele bakhe,abantwana bakwa-Israyeli,abantu abaseduze naye.Haleluya!

Amahubo 148