Amahubo 145:12-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. ukuba babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandlanenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.

13. Umbuso wakho ungumbuso kuze kube phakade;ubukhosi bakho busezizukulwaneni ngezizukulwane.

14. UJehova uyaphasa bonke abawayo,abavuse bonke abathotshisiweyo.

15. Amehlo abo bonke alinda wena;uyabanika ukudla ngesikhathi esiyiso.

16. Uyavula isandla sakho,usuthise ukufisa kwakho konke okuphilayo.

Amahubo 145