Amahubo 142:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ngiyakhala kuJehova ngezwi lami,ngincenga uJehova ngezwi lami.

2. Ngiyathulula ebusweni bakhe isikhalo sami,ngibonakalisa kuye inhlupheko yami.

3. Lapho umoya wami udangala phakathi kwami,wena uyawazi umkhondo wami;endleleni engihamba ngayobangifihlele ugibe.

Amahubo 142