Amahubo 14:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Isiwula sithi enhliziyweni yaso:“Akakho uNkulunkulu.”Yonakele, iyanengeka imisebenzi yabo;akakho owenza okuhle.

2. UJehova uyabuka esezulwini abantwana babantuukucinga ukuba ukhona yini oqondayo,ofuna uNkulunkulu.

3. Baphambukile bonke,bonakele bonke;akakho owenza okuhle,akakho noyedwa.

Amahubo 14