52. Ngiyakhumbula izahlulelo zakho zasendulo, Jehova;ngiyaduduzeka.
53. Ukuvutha kolaka kungibambile ngenxa yababiabashiya umthetho wakho.
54. Zaba yizihlabelelo kimina izimiso zakhoendlini yokugogobala kwami.
55. Ebusuku ngikhumbula igama lakho,Jehova, ngigcina umthetho wakho.