1. Ngiyaphephela kuJehova;nisho kanjani kuwo umphefumulo wami ukuthi:“Balekela entabeni yenu njengenyoni, na?
2. Ngokuba bhekani,ababi bawunsala umnsalo wabo,babeka imicibisholo yabo entanjeniukuba bacibishele ebumnyameni abaqotho ngenhliziyo.
3. Nxa izisekelo zidilizwa,olungileyo angenzani na?”