Amahubo 107:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Bongani uJehova, ngokuba muhle,ngokuba umusa wakhe umi phakade.

2. Mabasho njalo abahlengiweyo bakaJehova,abahlengileyo esandleni sesitha;

3. wababutha emazweni,empumalanga nasentshonalanga,enyakatho naselwandle.

Amahubo 107