Amahubo 106:31-36 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

31. lokhu wakubalelwa njengokulungaezizukulwaneni ngezizukulwane kuze kube phakade.

32. Bamcunula ngasemanzini aseMeriba;kwaba kubi kuMose ngenxa yabo.

33. Ngokuba baphambana noMoya wakhe;wakhuluma ngamawala ngomlomo wakhe.

34. Abababhubhisanga abantuuJehova abayaleza ngabo,

35. kepha bahlangana nabezizwe,bafunda imisebenzi yabo.

36. Bakhonza izithombe zabo,zaba lugibe kubo.

Amahubo 106