Amahubo 102:26-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. Kuyakubhubha lokhu,kepha uyakuma;yebo, kuyakuguga konke njengengubo;njengesambatho uyakukuguqula, kuguqulwe.

27. Kepha unguwe njalo,iminyaka yakho ayiyikuphela.

28. Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala;inzalo yabo iyakuma phambi kwakho.”

Amahubo 102