2 Usamuweli 23:23-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

23. Wayetuseka kunabangamashumi amathathu, kepha akafinyelelanga kwabathathu bokuqala. UDavide wambeka phezu kwabalindi bakhe.

24. Phakathi kwabangamashumi amathathu kwakukhona u-Asaheli umfowabo kaJowabe, no-Elihanani indodana kaDodo waseBetlehema,

25. noShama waseHarodi, no-Elika waseHarodi,

2 Usamuweli 23