2 Usamuweli 22:34-38 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

34. yena owenza izinyawo zami zibenjengezendluzelekazi,angimise emagqumeni ami;

35. ofundisa izandla zami ukulwa,ukuze izingalo zami zinsale umnsalo wethusi.

36. Wena unginikile isihlangu sensindisoyakho;ubumnene bakho bungikhulisile.

37. Amabanga okunyathela kwamiuwandisile;amaqakala ami awaxegi.

38. “Ngazixosha izitha zami, ngazifica;angibuyanga ngingakaziqedi.

2 Usamuweli 22