2 Usamuweli 17:14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

U-Abisalomu nabantu bonke bakwa-Israyeli bathi: “Isiluleko sikaHushayi umArki singcono kunesiluleko sika-Ahithofeli.” Ngokuba uJehova wayenqumile ukuba kushafiswe isiluleko esihle sika-Ahithofeli, ukuze uJehova amehlisele u-Abisalomu okubi.

2 Usamuweli 17

2 Usamuweli 17:6-23