2 Kwabasekorinte 7:4-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Nginesibindi esikhulu ngani, nginokuzibonga okukhulu ngani; ngigcwele induduzo, nginentokozo enkulu kakhulu phezu kosizi lonke esinalo.

5. Ngokuba nasekufikeni kwethu eMakedoniya inyama yethu ayibanga nakuphumula, kodwa sakhathazeka nxazonke; ngaphandle kwakukhona ukulwa, ngaphakathi ukwesaba.

6. Nokho uNkulunkulu oduduza abadanileyo usiduduzile thina ngokufika kukaThithu,

2 Kwabasekorinte 7