2 Kwabasekorinte 6:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kepha thina esisebenza kanye naye siyanincenga ukuba ningawamukeleli ize umusa kaNkulunkulu --

2. ngokuba uthi:“Ngesikhathi esihle ngikuzwile,nangosuku lwensindiso ngakuhlangulisa;”bheka, manje kuyisikhathi esihle kakhulu; bheka, manje kulusuku lwensindiso; --

3. asibekeli muntu nasinye isikhubekiso nangokukodwa, funa inkonzo yethu isolwe,

2 Kwabasekorinte 6