2 Izikronike 29:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UHezekiya waqala ukubusa eneminyaka engamashumi amabili nanhlanu, wabusa iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye eJerusalema; igama likanina lalingu-Abiya indodakazi kaZakariya.

2. Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo uDavide uyise.

2 Izikronike 29