2 Izikronike 25:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. U-Amasiya wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye eJerusalema; igama likanina lalinguJehohadani waseJerusalema.

2. Wenza okulungile emehlweni kaJehova, kungenganhliziyo epheleleyo kodwa.

2 Izikronike 25