2 Izikronike 11:7-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. neBeti Suri, neSoko, ne-Adulamu,

8. neGati, neMaresha, neZifi,

9. ne-Adorayimi, neLakishi, ne-Azeka,

10. neSora, ne-Ajaloni, neHebroni, ekwaJuda nakwaBenjamini, imizi ebiyelweyo.

11. Waziqinisa izinqaba, wabeka izinduna kuzo, nokudla, namafutha, newayini.

12. Emizini yonke, yileyo naleyo, wabeka izihlangu nemikhonto, wayiqinisa kakhulu impela. ElakwaJuda nelakwaBenjamini lalingelakhe.

2 Izikronike 11