2 Amakhosi 10:24 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Bangena ukunikela ngemihlatshelo nangeminikelo yokushiswa. UJehu wayezimisele ngaphandle abantu abangamashumi ayisishiyagalombili, wathi: “Uma kuphunyuka umuntu walaba bantu engibaletha ezandleni zenu, kuyakuba ngukuphila ngokuphila.”

2 Amakhosi 10

2 Amakhosi 10:21-30