1 Usamuweli 9:21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

USawule waphendula wathi: “Angisiye owakwaBenjamini yini, owesincane sezizwe zakwa-Israyeli, na? Nomndeni wakithi awumncane yini kuyo yonke imindeni yesizwe sakwaBenjamini na? Ukhulumelani kimi ngale ndlela na?”

1 Usamuweli 9

1 Usamuweli 9:13-25