1 Usamuweli 17:15-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. UDavide wahamba wabuya ukuyakwalusa izimvu zikayise eBetlehema.

16. UmFilisti wasondela ekuseni nakusihlwa, wema khona izinsuku ezingamashumi amane.

17. UJese wathi kuDavide indodana yakhe: “Ake uthathele abafowenu i-efa* lalolu tshwele nalezi zinkwa eziyishumi, usheshe uye ekamu* labafowenu,

1 Usamuweli 17