1 Kwabasethesalonika 5:25-27 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

25. Bazalwane, sikhulekeleni.

26. Khonzani kubazalwane bonke ngokwanga okungcwele.

27. Ngiyanifungisa iNkosi ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane.

1 Kwabasethesalonika 5