1 Kwabasethesalonika 4:6-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. ukuba kungabikho noyedwa omonayo, aphambe umfowabo ngento, ngokuba iNkosi ingumphindiseli kukho konke lokho, njengokuba sanitshela phambili, saqinisa.

7. Ngokuba uNkulunkulu kasibizelanga amanyala, kepha wasibizela ebungcweleni.

8. Ngakho-ke owalayo akali umuntu, kepha wala uNkulunkulu, yena oninika uMoya wakhe oNgcwele.

1 Kwabasethesalonika 4