1 Kwabasethesalonika 4:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Elokugcina-ke, bazalwane, siyaninxusa, siyaniyala ngeNkosi uJesu ukuba njengalokho nakwamukela kithi ukuthi nifanele ukuhamba nokumthokozisa kanjani uNkulunkulu, njengalokho nihamba kanjalo, manivame kakhulu kulokho.

2. Ngokuba niyayazi imiyalo esaninika yona ngayo iNkosi uJesu.

1 Kwabasethesalonika 4