1 Kwabasekorinte 1:15-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. funa kube khona othi nabhapathizwa egameni lami.

16. Kodwa ngabhapathiza nabendlu kaStefana; ngaphandle kwalokho angazi ukuba ngabhapathiza omunye.

17. Ngokuba uKristu kangithumanga ukuba ngibhapathize, kepha ukuba ngishumayele ivangeli, kungabi ngokuhlakanipha kwamazwi, funa isiphambano sikaKristu senziwe ize.

1 Kwabasekorinte 1