1 Izikronike 6:26-29 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. U-Elkana-ke, amadodana ka-Elkana: nguSofayi indodana yakhe, noNahati indodana yakhe,

27. no-Eliyabe indodana yakhe, noJerohamu indodana yakhe, no-Elkana indodana yakhe.

28. Amadodana kaSamuweli: izibulo nguJoweli, nowesibili ngu-Abiya.

29. Amadodana kaMerari: ngoMaheli, noLibini indodana yakhe, noShimeyi indodana yakhe, no-Uza indodana yakhe,

1 Izikronike 6