1 Izikronike 21:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. USathane wema ukulwa no-Israyeli, wavusa uDavide ukuba abale u-Israyeli.

2. UDavide wayesethi kuJowabe nasezinduneni zabantu: “Hambani nibale u-Israyeli kusukela eBeri Sheba kuze kube kwaDani, nilethe umumo wabo kimi ukuba ngiwazi.”

1 Izikronike 21