1 Izikronike 20:1 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Emva komnyaka ngesikhathi sokuhlasela kwamakhosi, uJowabe wahola amaqhawe empi, wachitha izwe labantwana bakwa-Amoni, weza wavimbezela iRaba; kepha uDavide wahlala eJerusalema. UJowabe walinqoba iRaba, walidiliza.

1 Izikronike 20

1 Izikronike 20:1-7