1 Izikronike 15:6-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. kumadodana kaMerari: ngu-Asaya inhloko nabafowabo, bengamakhulu amabili namashumi amabili;

7. kumadodana kaGereshomu: nguJoweli inhloko nabafowabo, beyikhulu namashumi amathathu;

8. kumadodana ka-Elisafani: nguShemaya inhloko nabafowabo, bengamakhulu amabili;

9. kumadodana kaHebroni: ngu-Eliyeli inhloko nabafowabo, bengamashumi ayisihiyagalombili;

10. kumadodana ka-Uziyeli: ngu-Aminadaba inhloko nabafowabo, beyikhulu neshumi nambili.

1 Izikronike 15