1 Izikronike 11:39-44 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

39. noSeleki wakwa-Amoni, noNaharayi waseBeroti, udibi lukaJowabe indodana kaSeruya,

40. no-Ira waseJetheri, noGarebi waseJetheri,

41. no-Uriya umHeti, noZabadi indodana ka-Ahilayi,

42. no-Adina indodana kaShiza wakwaRubeni, inhloko yakwaRubeni, enabangamashumi amathathu,

43. noHanani indodana kaMahakha, noJeshoshafati umMiteni,

44. no-Uziya wase-Ashitaroti, noShama noJehiyeli amadodana kaHothamu wase-Aroweri,

1 Izikronike 11