1 Izikronike 11:37-41 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

37. noHesiro waseKarmeli, noNaharayi indodana ka-Ezibayi,

38. noJoweli umfowabo kaNathani, noMibihari indodana kaHagiri,

39. noSeleki wakwa-Amoni, noNaharayi waseBeroti, udibi lukaJowabe indodana kaSeruya,

40. no-Ira waseJetheri, noGarebi waseJetheri,

41. no-Uriya umHeti, noZabadi indodana ka-Ahilayi,

1 Izikronike 11