1 Amakhosi 20:42-43 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

42. Wathi kuyo: “Usho kanje uJehova, uthi: ‘Ngokuba umyekile ukuba aphume esandleni sakho umuntu engangimqalekisile, ukuphila kwakho kuyakuba sesikhundleni sokuphila kwakhe, nabantu bakho babe sesikhundleni sabantu bakhe.’ ”

43. Inkosi yakwa-Israyeli yaya endlini yayo ihluneme, ithukuthele, yeza eSamariya.

1 Amakhosi 20